Boost

Inganekwane

I-Herpes ingelapheka.

I-Herpes ethinta ezinye izindawo.

Iqiniso

Awukho umuthi wokwelapha i-herpes. Amabhamuza azophola futhi aphele ngokuhamba kwesikhathi, kodwa igcikwane eliwabangelayo liyohlala. Nxa ule-herpes, ukuqubuka kuyaphinda futhi. Ukufunda ukuthi yini okubangela ukuqubuka kwakho (ngokuvamile izinto ezifana lokukhathala noma ukucindezeleka) kungakusiza ukukuvimba ngesikhathi esizayo.