Boost

Ubufakazi bamanje butshengisela ukuthi i - HIV ayiyona ingozi ye - COVID-19 enkulu kulezinye izifo, ezinjenge High Blood Pressure, isifo senhliziyo, isifo samaphaphu, iCancer, isifo setshukela, noma ukuba leminyaka ethile yokuzalwa. 

Kunjalo,  abantu abalegciwane leHIV abalesimiso sokuzivikela komzimba esibuthakathaka bangaba  sengozini enkulu futhi kufanele bathathe amanyathelo engeziwe zokuvimbela izifo ezithathelwanayo. Lokhu kuhlanganisa abantu abale:

  • Sibalo esiphansi seCD4 (<200 amakhophi/kuseli),
  • inani legcikwane eliphezulu
  • isifo seOpportunistic esisanda kwenzeka.

Indlela engcono kakhulu yokuhlala uphilile yikusebenzisa kahle imithi emelana legcikwane legculaza.

Abantu abalegcikwane leHIV kufanele balandele iseluleko esivamileyo sokuvimbela i - COVID-19. Lokhu kuhlanganisa ukugcina ibanga lemitha elilodwa  ukusuka kwabanye, ukugeza izandla njalo njalo, ukugqoka iMask , lokulandela noma yiphi eminye imithetho noma iseluleko sendawo.

Nxa ule - HIV, ungathatha izinyathelo ezengeziwe zokuvikela impilo yakho  ngalesi sikhathi:

1. Kufanele ugcine amaphilisi azakwanela izinsuku ezingamatshumi amathathu usekhaya (ikakhulukazi izinyanga ezintathu).

2. Qiniseka ukuthi uhlatshwe wonke amaVaccines adingekayo 
3. Yazi ukuthi ungathintana kanjani lezisebenzi zempilakahle  ezisendaweni yakho nanoma yibaphi abasekeli babontanga ngocingo noma ngomlayezo.
4. Hlela uma ugula futhi kudingeka uhlale ekhaya, hlanganisa indlela ozathola ngayo ukudla lemithi noma uthintane labezempilakahle.
5. Hlala uphilile ngokudla kahle langokuqinisa umuzimba.

6. Nakekela impilo yakhoe  ngokwengqondo. Xhumana labangane labemuli ngocingo futhi uthole ukusekelwa okwengeziwe nxa usizwa ukudinga.

 

I - COVID-19 ingadluliselwa kusuka  isuka kumama isiya emntwaneni ekubeletheni, kodwa akuvamanga ukwenzakala kakhulu.

Abesifazane abazithwelwe kufanele baqhubeke belandela iseluleko sokuvikela futhi badinge ukwelatshwa ngokuphangisa nxa belezitshengiselo ze - COVID-19.

Izinzuzo zokumunyisa umntwana ziyedlula noma yiziphi izingozi zokudlulisela i - COVID-19 emntwaneni. Omama abale - COVID-19 bayakhuthazwa ukuba baqhubeke bemunyisa nxa nje bezizwa belamandla ngokwanele ukuba benze kanjalo.

Nxa uleCOVID-19 unganciphisa ingozi yokudlulisela emntwaneni ngesikhathi sokumunyisa ngoku:

1. Qgoka iface mask 
2. Ukugeza izandla phambili langemuva kokumunyisa
3. ukusebenzisa ithishu ukuvala umlomo wakho nxa kudingeka ukukhwehlela noma uthimule (lahla ithishu ngokuphangisa ngemva kwalokho futhi ugeze izandla zakho).

I-World Health Organisation ikhuthaza ukuthi abantu bagqoke imaski lapho behlangana labantu abangasibo malunga emuli yabo:

  • Ngaphakathi lapho okukhona umoya omncane
  • Ngaphakathi lapho okukhona umoya omncane kodwa ungakwazi ukugcina ibanga elibonakalayo le- 1 imitha kwabanye abantu
  • ngaphandle lapho ungakwazi ukugcina ibanga elingokomzimba le- 1 imitha kusuka kwabanye abantu

Kusiya ngendawo okuyo kungaba leminye imithetho edinga ukuthi ugqoke imaski kwezinye izimo ezithile. Qiniseka ukuthi uyazi ukuthi okukhuthazwayo yikuphi lapho ohlala khona ukuze ukulandele.

Isizatho esikhulu sokugqoka imaski yikuvikela  ukuthi ungadlulisi i-COVID - 19. Abantu bangadlulisa i-COVID - 19 noma bengelazo  izitshengiselo. Ukugqoka imaski, okuhlangene lokungabi duzane labanye abantu, kuyasiza ukumisa i-COVID - 19 ekumemethekeni                                             

Noma kunjalo nxa ule-COVID -19  kumele uhlale ekhaya uzehlukanise labanye abantu, ukugqoka iMask kodwa akwanelanga

Kulemihlobo emibili  yamaFace masks: iMask yelembu (ungakwanisa ukuzilungisela) lamaMask asetshenziswa  ekuyelapheni (lawa malutshwane futhi kufanele agcinelwe izisebenzi zempilakahle). Uhlobo lwemask  elikufanelayo luya ngokuthi ungubani kanye lohlobo lwengozi obhekane layo

  • Izisebenzi zezempilo
  • labo abanakekela abantu abale - COVID-19
  • abantu abaezitshengiselo ze - COVID-19
  • amaqembu amanengi asengozini izikhathi lapho ukugcina ibanga kungayenzekanga.

AmaMask ezokwelapha angavikela owagqokileyo ekutholeni i - COVID-19, kodwa kufanele kuhlanganiswe lezinye izinyathelo zokuphepha,   ezigoqela ukugeza izandla njalo lokuzihlukanisa kwabanye  

AmaFace mask elembu atholakala kalula, ungawalungisa wena ngokwakho. Lawa mamask afanele  ukuba abantu abaphile kahle bawagqoke ezindaweni zomphakathi. Ayavimba ukuba udlulisele leligciwane  nxa ule - COVID-19 kodwa awukwazi lutho futhi awulazo izitshengiselelo. AmaFace mask  awavimbeli (ogqokayo) ekutholeni i - COVID-19, ngakho qiniseka ukuthi ugcina ezinye izinyathelo – ukungabi duzane labanye lokugeza izandla zakho ukuze unciphise ingozi yakho yokuthola i - COVID-19.

Ama Face mask kufanele asetshenziswe kanye lezinye izinyathelo zokuphepha, okuhlanganisa ukugcina  ibanga eliphakathi kwakho labantu ongahlali nabo, ukugeza izandla kanye lokulinganisela ukuxhumana kwakho labanye.

Ukuze iFace mask iphumelele kudingeka ukuthi ingaxegi kakhulu. Kufanele ivale amakhala akho, umlomo lesilevu futhi kufanele ukwazi ukuphefumula kalula lapho uyigqokile.

Nansi iseluleko esithile sendlela yokusebenzisa iface mask ngokuphumelelayo:

  • Ungakagqoki iFace Mask, qiniseka ukuthi izandla zakho zihlanzekile lokuthi imask yakho kayingcolanga kumbe kayidabukanga (okufana lokuthi ingaba lezikhala).
  • Ungathinti iFace mask lapho uyigqoka. Nxa unanzelela ukuthi iFace mask  simanzi kumbe singcolile, itshintshe uthathe entsha.
  • Geza izandla zakho ungakakhiphi iFace mask yakho. Sebenzisa ama-loop endlebe ukuze ususe iMask yakho, uqaphele ukuba ungathinti ngaphambili kweMask. Geza izandla zakho futhi ngemuva kokuba usukhiphile imaski.

Ungahlanganisi  iFace mask yakho lazabanye abantu. Nxa ungayigqoki, ibeke phakathi kwesikhwama sepulasitiki esivalekayo. Nxa kungenzeka kufanele uwatshe iFace mask yakho, yenza lokhu emanzini atshisayo futhi alesepa ekupheleni kosuku lunye ngalunye

Impompi yeTippy Tap ngumtshina olula ongakusiza ukuba ugeze izandla zakho ngamanzi. Usebenzisa impompi ngonyawo lwakho, ngakho akudingeki ukuba uthinte noma yiziphi izibambo lapho amagcikwane lalokho okubangela imikhuhlane kungaphila khona. Unyathela ngonyawo, futhi amanzi athela ezandleni zakho.

Kulula ukuwenza la macebiso futhi ayindlela engcono kakhulu yokugeza izandla nxa ungelawo kalula amanzi agelezayo noma impompi.

Kulezindlela ezitshiyenewo zokwenza impompi yeTippy Tap. Ukuze uthole izinto eziyisisekelo ozazidinga:

  • isigubhu samanzi sepulasitiki (esinesibambo nekepisi),
  • intambo
  • Izigodo ezinde (eyodwa yeLever lezinye nxa usenza iFrame)
  • ugatsha noma iframe eyenziwa ngezinduku ukuze kuphakanyiswe impompi.

Ukuze uthole iziyalezo ezigcweleyo ekwenzeni impompi yeTippy Tap, bheka lokhu umqondisi.