Boost

I - VMMC ayivikeli ukuthi umuntu athole igcikwane leHIV, kodwa ikwenza kube nzima. Ukuhlola  kwabonisa ukuthi ukusoka kwabesilisa kunganciphisa ukudluliselwa umkhuhlane  kwabesifazane  ngabesilisa nge - 60%.
  
I-VMMC yikungenela okukodwa okuzoba lempumela yokuphila isikhathi eside ekunciphiseni ingozi yeHIV. Lokhu kwenza kube yindlela elula lephumelelayo yokwandisa isivikelo sakho kuleligciwane. Noma kunjalo, amadoda asokileyo kufanele asebenzisa ezinye izindlela zokuvikela  igcikwane leHIV  okuhlanganisela  amacondom, ukunciphisa inani  labangane bemacansini, kanye lokuhlale behlolwa   iHIV le - STI.

I-VMMC inciphisa ubungozi bokuthola i-HIV ngokwenza isikhumba phezulu kwesitho sendoda siwome. Ngalesi sizatho, kunganciphisa kuphela ingozi yomuntu yokuthola i-HIV lapho esiba locansi lesitho sakhe. Ingozi yokuthola i-HIV kusuka ocansini lwe-anal receptive ngeke incitshiswe. 

I-VMMC ibilokhu ibhekiswe kakhulu emadodeni alala labesifazane ngoba silobufakazi obengeziwe bokuthi i-VMMC inciphisa ubungozi bokudluliselwa kwabesifazane - kusuka  kwabesilisa. Kodwa abanikezi bezempilakahle abanengi bathi le  yindlela ephephile futhi engabizi kakhulu - indlela ephumelelayo yokuvimbela i-HIV kufanele ibhekiswe emadodeni aya emacansini labesilisa.

Abesifazane balenzuzo ku-VMMC noma kungasibo abayenzayo. Nxa amadoda amanengi emphakathini esokwa aba mancane amathuba okuthola i-HIV, lokhu kutsho ukuthi mancane amathuba okuthi adlulisele i-HIV kubangane bawo besifazane. Abesilisa abasokiwe mancane amathuba okuthola amanye ama-STI, njenge-HPV, igcikwane elibangela imvukuzane yesibeletho. Lokhu kuphinde kube lenzuzo enkulu ngempela kwabesifazane lamantombazane, ngoba kunciphisa amathuba abo okuthola imvukuzane yesibeletho, imvukuzane ejwayelekile kakhulu futhi engahlasela  abesifazane. 

Olunye ucwaningo luveze ukuthi ukungenisa abesifazane lamantombazane ekukhuthazeni i-VMMC kungakhuthaza abesilisa ukuthi basokwe. Abangane  besifazane bayayisekela kakhulu i-VMMC njengoba bezwisisa inzuzo abalayo, futhi bayibona njengesitshengiselo sokuthi abangane babo besilisa banakekela impilakahle yabo bonke bobabili.    

Ukusoka kwabesifazane kungumkhuba oyingozi. Ayilazo izinzuzo zezempilakahle zabesifazane futhi ingadala udubo olukhulu lwempilakahle impilo yonke yowesifazane. 

Kulezindlela ezitshiyeneyo zokusoka kwabesifazane, konke kuhlanganisela uhlobo oluthile lokusika lokususa ingxenye ze-labia, i-clitoris kanye lokunciphisa ukuvulwa kwesitho sowesifazane. Azikho izinzuzo zokuvimbela i-HIV kunoma yiziphi zalezi zingqubo, futhi kungayengeza ingozi yokudlulisela igcikwane leHIV. Ukusoka kwabesifazane lakho kungaletha ubuhlungu obukhulu, ukuhlukumezeka kwengqondo, kanye lezinkinga zempilakahle kuhlanganisela ezocansi, ukuzala kwengane  lokuya esikhathini. 

Nxa wena noma omunye umuntu ukhathazekile ngokusoka kwabesifazane, khuluma lesisebenzi sezempilakahle noma umuntu omethembayo.